Bring Back Nongcebo Mckenzie on Ukhozi FM
Uhla lwezinhlelo olukhishwe wUKhozi FM kulo nyaka ka2024, luveza ukuthi uNongcebo Mckenzie ongumsakazi onohlonze futhi othandwa kakhulu ushiywe ngaphandle. UKhozi FM luhamba phambili nje kungenxa yomlaleli. Kubalulekile ukuhlonipha uvo lwabalaleli abaluhloniphayo uKhozi. Sinxenxa abaphathi ukuthi basihloniphe babuyise uNongvebo emoyeni.